OBHUTI abadala kwezokuDJeya uOskido noBlack Coffee babonisane umhlaba wonke ukuthi iholidi nobumnandi yinto enjani bephila buthebelele emazweni amabili aziwa njengavakashelwa omacaphuna kusale.
ICHONYWE uphaphe lwegwalagwala inkampani egxile kakhulu ekucijweni kwamakhono abantu abasha i-G Force Employement Solutions nesungulwe nguDr Graham Sabela kanye noMnuz Wiseman Ndawo bobabili ...
Ilungu le-SAPS uMlazi Visible Policing Unit ligwetshwe iminyaka eyi-10 ejele ngokubulala indodana yalo, kodwa lesi sigwebo silengiswe ngokuphelele iminyaka emihlanu yiNkantolo yeMantshi yaseChatsworth ...
UMASIPALA weTheku usuwamkele izincomo zeDurban Chamber of Commerce and Industry, ozidlulisele kuwona ngenxa yempumelelo yokusingatha izinhlelo zemicimbi emikhulu yaminyaka yonke - okusize ukungenisa ...
I-LAMONTVILLE Golden Arrows ayizukugudluka kusikompilo lwayo lokudlala ibhola elidla utshani nokukholelwa kubadlali abasebancane, ngokusho komqeqeshi omusha, uPitso Dladla. UDladla, ojoyine iGolden ...
SEKUPHINDE kwaba nezinye izinguquko ehhovisi leSilo uMisuzulu Sinqobile kaZwelithini njengoba kubuyiswe owadilizwa kwesokuba umabhalane weMbube, uMnuz Squire Nododile Ndamase. UNdamase uqokelwe ukuba ...
Umengameli Cyril Ramaphosa welule umnqamulajuqu wokugcina wombiko weKhomishini kaMadlanga ephenya ngobugebengu, ukugxambukela kwezombangazwe, kanye nenkohlakalo ohlelweni lwezobulungiswa. IKhomishini ...
INHLANGANO yezempilo emhlabeni, i-World Health Organization (WHO), isidalule ukuthi balinganiselwa ngaphezu kwa-1 billion emhlabeni jikelele abaphila nezifo nezimo okuyamene nokusebenza kwengqondo, ...
ZISOLWA ngokunyanyalata izinkabi eziboshwe nenkosi Simphiwe Erick Zuma ezivume icala lokubulala owayeyikhansela leDA kuMasipala waseMngeni, uMnuz Nhlalayenza Ndlovu. Umndeni kaNdlovu nabaholi beDA ...
Umbuso ubuye wahoxisa amacala abhekene nosomabhizinisi u-Etienne van der Walt (ongummangalelwa wesibili kuleli cala), ecaleni lokwebiwa kwamatshe ayigugu abiza u-R14.9 million. UVan Der Walt, u-Adrian ...
Iphoyisa elineminyaka engu-34 ubudala, u-Elias Moeketsi Pinkoane, osebenza e-Orange Farm SAPS Detective Branch, uvele phambi kweNkantolo yeMantshi yaseSebokeng ngamacala okubulala nokuzama ukubulala.
NGIYAZI ukuthi ukuba umkhwenyana kuyinto enhle futhi nokuya ekhweni njengomkhwenyana akunankinga ngoba phela usuke ukhokhile futhi usuke waziwa kubo kwentombi, ukuya ekhweni-ke njalo akusiyo imvula ...
Some results have been hidden because they may be inaccessible to you
Show inaccessible results